THOKOZANI ZINGANE ZETHONGO
Yini
Ukuphahla? Kungani siphahla? Kusiza ngani ukuphahla?
Ukuphahla ilapho khona uzivusele khona umsamo wakho endaweni ozoyihlonipha.
Ilapho khona sixhumana nomdali kanye namathongo ekuphileni kwethu.
Lesenzo sisilethela izimpendulo eziqhamuka ezidalweni nendlela ekumele siyithathe ukuze singabi nayo impilo enesisindo noma singabhekani nobunzima

EMAKHOSINI
Thola usizo
ngempilo yakho!
When it comes to izinto zamadlozi kuningi okuthintwayo. As Thokoza Dlozii we bring you closer to getting answers regarding your ancestral connections. Sikuxhimanisa nemvelaphi yakho, siphinde sikuphe imiyalo ngokuhlonipha amasiko.
Ukukhathalekanga ukuthi uzalelwe kuphi, siyakwazi ukukushayela amathambo azosibonisa indlela ekumele uhambe ngayo. Book an appointment today to get your life in order.

HERBAL TEAS
Everyone enjoys a cup of tea every once in a while and some enjoy it everyday. We have the right tea for you. Try our herbal teas that will benefit your health from curing that back pain or just boosting your stamina to start your day.
Explore ProductsFOOD SUPPLEMENTS
Eating healthy is no longer doing the trick. You need to take extra care of what you put into your body to help fight everyday ailments. From energy boosting products to over all wellness products; we have got you covered!
Explore ProductsSKIN AND HAIR CARE
We have a variety of skin and hair care products that are specially designed to help you fight skin problems and allow you to take good care of your hair. Our products are made from natural ingredients.
Explore ProductsOur Products
Contact us to find out what we have on specials for the month.
SEA MOSS GEL – R350
BLACK SEED – R
SOUR SOP POWDER – R260
SOUR SOP LEAVES – R350
MACA ROOT POWDER – R200
MUGWORTH HERB – R200
IMPEPHO TEA – R350
VAGINAL STEAMING HERBS – R350
FIBROIDS TEA – R350
SOUR SOP TEA – R350
MAVULAKUVALIWE – R200
HERBAL SOAP – R200
BATANA HAIR FOOD – R100
QUEEN K HAIR FOOD
QUEEN K HAIR SPRAY
BATANA OIL – R350
QUEEN K HAIR OIL
SHOWER GEL
Teaching / Imfundiso
Ziningi izinto ongazifunda kwabantu abadala. Kodwa nathi sikhona ukuzofundisa labo abangazi ukuthi babuze bani imibuzo.
Ukubuya kwesidumbu emagcekeni
Siyakhuleka emakhosini 👏 👏👏Nithi benazi nje ukuthi uma isdumbu sivela emakhazeni siyagezwa ngomswane nenyongo ngaphambi kokungeniswa emabaleni ekhaya?Loku kwenzelwa ukuthi angabuyi ekhala ngamakhaza noma agulise abantu basekhaya ngomkhuhlane ongapheleyo.Makwande kuvuleke[…]
Read moreUkuvusa Umuzi
Lulunye kuncwaba, siyakhuleka bantwana bokhokho nokhokhokazi.Ukuvusa umuzi kusuke kuvuswa abantu abadala abasake babakhona kulelogceke.Ukugana komuntu wesifazane kusuke kuzovuswa abantu phakathi kwegceke. Uma uthi ucela intokazi izokuvusela umuzi, kusuke kuzovuswa abasake[…]
Read moreUkulandwa komuntu ongasekho lapho esweleke khona
Siyakhuleka emakhosini 👏Ake sibambe naku okulandelayo.UKULANDWA KONGASEKHOIsiko lesintu lapho kusuke kuyolandwa ilungu lomndeni elingasekho endaweni lapho aphumela khona umphefumelo. Uma kwenziwa lomsebenzi kusetshenziswa ihlamvu lesihlahla somlahlankosiLENZIWA KANJANIMhlazane kuyolandwa umuntu lapho[…]
Read moreWe are on YouTube!
Client Testimonials
Ungezwa ngathi kuphela – here’s what our clients say:
Siyathokoza! I didn’t know anything about ukuphahla until I came across the facebook page where uGogo ubechaza kabanzi ngakho. My life hasn’t been the same ever since. Ngikwazi ukuphala ngikhulume nezinyanya zami, futhi i can see the difference in my journey.
Engingakusho nje ukuthi ngiyabonga Gogo for ukungibonisa indlela yabadala. Makhosi
After crossing paths with uGogo I was able to do a cleansing because I had experienced multiple miscarrieges and after my cleansing I was able to concieve. My child is 2 years old now!
Izinwele zamibezicothuka and bekumele ngihlezi ngizijubile kodwa iBatana Oil and Hair Food kaGogo ingisizile kakhulu. I will never change from it futhi nje ngizokwenza amadreads ngendlela izinwele zami zikhule kakhulu ngakhona!
Sithinte / Contact Us
Uma ufuna ukuxhumana nathi noma ufuna ukwenza iBooking ungathumela umlayezo khona lapha!
